top of page

Khokha umoya bese unethezeke bese uvakashela ezweni elihle lapho uLesedi ethutha eyohlala nomphakathi omusha, waqala ukufunda esikoleni esisha, futhi wathola abangani abasha. Uthola umngani wekhethelo omenza akwazi ukunqoba izinkinga aziphendule izehlakalo ezimnandi. 

 

Nawe yiba ingxenye yalolu lukaLesedi olumnandi olumenza anqobe umhlaba. Le yincwadi yokuqala yochungechunge lwezindaba ezizokujabulisa futhi zikufundise ngezihloko ezifana nenhlonipho, nobungani, kanye nezehlakalo ezimnandi.

 

Le yindaba emnandi engathokozelwa izingane eziphakathi kweminyaka eyisi-7 kuya kweyisi-9 ubudala.

IsiZulu Lesedi Conquers the World Book

R250,00Price
    bottom of page